Damara Tern
Igama
Damara Tern
Igama lesi Latin
Sterna balaenarum
Umndeni
Rynchopidae
Ubude
23cm
Ukuhlala
Amaqembu amancane atholakala ogwini lolwandlei-Atlantic coast, edla eduze kodlwandle, kuma-bay nama-estuary.
Ukufuduka
Ngokushintsha kwesizini ziye zifuduke ezindaweni ezinama-vlei amakhulu.
Incazelo yencane
Izinyoni ezisencane zibonakala ngokuba namachashazi amaningi.
Incazelo yendala
Umhlane wale nyoni unamachashazi ampisholo, na-chestnut entanyeni nasesifubeni futhi ziphinde zibe nemibala emhlophe. Amehlo ansundu, u-bill usangwevu. Uphondo lwayo lude futhi lubheke phansi, luyakhanya ekugiceneni. Imilenze iluhlaza njengotshani.
Ukuzalela amaqanda
Zizalalela amaqanda eNamibia (coast) eduze ne Table Bay, Rocky Point ukuyosho eCunene. Izidleke zakhiwa kuma-dunes-slacks, ne-gravel, umgama ongango 1-5km ukubakude no lwandle. Zizalela iqanda elilodwa no amabili ngesikhathi.
Itholakala kuphi
Le nyoni ungayibona kuma-estuary, nasezindaweni ezinamanzi kuyo yonke uNingizimu Afrika.
Ukukhala kwayo
Isikhalo sayo siphezulu, kuzwakala ngathi sithi 'tsit-tit' noma ‘tit-tit’
Incazelo yencane
Insundu.
Incazelo yendala
Incane ngokomzimba, ihlukile kune-Little Tern, ngoba yona ino-bill obheke phansi, futhi umbala wayo uyakhanya. Mawuyibukela kude ibonakala ngathi imhlophe. Ziba nekhanda elimhlophe.
Isimo sayo
Ayijwayelekile.
Yande kuphi
Itholakala eningizimu-ntshonalanga Afrika kanye nasogwini lwaseKapa. Ivamise ukulushiya ulwandlengoNtulikazi.