UMbuso weMapungubwe

Thola Okwasendulo

©Roger de la Harpe

Ngomhla ka-8 Mbasa 1933, ukutholakala okuphawulekayo kwamathuna angaziwa imvelaphi, egcwele izinto zegolide, kwenziwa enkundleni yendawo eqinile yasemadwaleni esifundeni sasendle. Izinsalela zalesi sizwe sasendulo, manje esiyaziwa ngokuthi uMbuso weMapungubwe, sezikhohliwe iminyaka engaphezu kwesikhombisa.

Lendawo kwakuyintaba yaseMapungubwe futhi isitshela indaba yoMkhandlu omkhulu wesikhathi sensimbi eLimpopo owabuswa yinkosi yase-Afrika cishe eminyakeni eyinkulungwane eyedlule.

Ukuvakashela intaba yeMapungubwe, indawo lapho abaphenya ngendulo bemba khona uphondo lukabhejane legolide elidumile, futhi isikhungo esichazayo sokuhumusha esiseduze nesango eliyinhloko, ikhaya lophondo lukabhejini legolide, linikeziwe!

Translated by Nsika Khoza