Hammerhead Sharks
I-Hammerhead sharks

© Jean Tresfon

Igama eligqamile kulo mndeni

I-Hammerhead sharks

Ezinye ethi ayifane nabo

I-Scalloped, I-Kidney-headed, I-Southern, I-Bronze

Igama lawo lesayensi

I-Sphyrnidae

Ubukhulu

Ifinyelela ku-6m

Ukubukeka

I-Hammerheads yaziwa ngekhanda elihlukile kwezinye izinhlanzi. Ikhanda layo liyisicaba namehle namakhala kusekugcineni kwekhanda elimise kwesando.

Imininingwane ejwayelekile

Umndeni weSphyrnidae unamalungu amabili bese uba nohlobo lwakhona oluyisishiyagalombili. Ihlala emajukujukwini olwandle. Isebenzisa izinzwa ukuzwa, ukuhamba noku ukuholela ukudla ophathe. Kwesinye isikhathi ahlala abe yisigungu esikhulu esicishe sifike emalungwini ayikhulu.
Le nhlanzi ishintsha umbala ibe mnyama uma isihlale kakhulu maphudluzana kwamanzi. AmaHammerheads ayizinhlanzi ezibhekene nokushabalala. Izala amachwane asekhulile maphakathi kuka-15 kuya ku-30.

Ezikudlayo

Zidla izinhlanzi, izimbambezela nezinkalankala. Zizingela ekujuleni kolwandle.

Zizalana kanjani

Kuwona wonke amazinga okushisa olwandle emhlabeni wonke.

Ezaziwayo kulo luhlobo

I-Great hammerhead
I-Sphyrna mokarran
I-Smooth hammerhead
I-Sphyrna zygaena
I-Scalloped hammerhead
I-Sphyrna lewini