Wrasse
Igama Elijwayelekile
i-Wrasse
Elinye igama
Lipfishes
Igama Lesayensi
Labridae
Usayizi
Ifikela ku 2,5m, ivamise ukuba ngu45cm.
Ibonakala ngani
Iyisicaba, umzimba olulekile. Ifin eseqolo yande umzimba wonke. Inomsila oyindilinga, ezinye uthande ukumisa okwemfologo. Inamascales abushelelezi, Inemibala egqamile futhi kulula ukuyibona kumareefs- imibala yalo iba olintshi eligqamile, ophuzi, ohlaza, omhlophe, omnyama. Ezincane zihlukile kunezindala.
Imininingwane
Lomndeni wamaLabridae family unemikhakha engu69 nezinhlotshana ezingu 500. Zigcwele ngobuningi kuma reefs. Nasezihlabathini ezansi kolwandle, kima-weedbeds Kanye namaxhaphozi asematsheni Ikwazi ukushintsha ubulili bayou ma eyesilisa ephethe ifa. Ezinye iizinhlobo zayo ezincane zidla okusezikhumbeni zezinye iziznhlanzi. Zibekela amaqanda.
Idlani
Idla i-zooplankton,izinhlanzi Kanye nama-invertebrates afana nama-polychaete worms, brittlestarsin izinkalankala Kanye nama-shrimps.
Zithokalaphi
Emanzini athokomele kanye nakulwandle oluseTropical.
Izinhlobo zayo
Goldsaddle wrasse - Bodianus perditio
Lyretail wrasse - Bodianus anthioides
Napoleon wrasse - Cheilinus undulatus