Sea Breams

© Jean Tresfon

Igama Elijwayelekile

Ama-sea breams

Isidlaliso

Ama-breams noma ama-porgies

Igama Lesayensi

Sparidae

Usayizi

Ungafinyelela ku-1.2 m, ngokujwayelekile kuba wu-40 cm.

Isakhiwo Sawo

Umzimba omncane. Umlomo omncane. Ukuhlukahlukana phakathi kwemindeni yawo – amanye anamakhanda amakhulu, amanye mancane, amakhanda acijile anemizimba emincane nemisila emincane. Imisila yawo iba samfologo noma enqundekile. Imibala yakhona ivamise ukuba womhlophe sasiliva nobomvu.

Olunye Ulwazi

Umndeni we-sparidae unezizukulwane eziwu-35 nezinye izinhlobo eziwu-112 ngaphansi kwawo. Anemikhuba eminingi eyahlukene okubalwa phakathi kwayo ukuhlala ezixhotsheni nasemanzini. Iningi lwao liyakwazi ukushintsha ubulili uma likhula.

Ukudla

Adla izihlahla ezinhlobonhlobo nezinye izilwanyana ezingenamathambo.

Ukusabalala Kwawo

Atholakala ezindaweni ezinezimo ezahlukene zokushisa emhlabeni.

Uhlobo Oluvamile

I-Bigeye stumpnose
Rhabdosargus thorpei
I-Roman
Chrysoblephus laticeps
I-Zebra
Diplodus cervinus