Cardinalfish
Igama Elijwayelekile
I-Cardinalfish
Igama Lesayensi
Apogonidae
Ubukhulu
Ingafinyelela ku-20 cm
Ibonakala
Inomzimba omude omcanyana. Amehlo makhulu. Izigwedlo ezimbili ezisesifubeni. Inomlomo omkhulu. Ivamise ukuba nebala eligqamile elisagolide.
Ulwazi Olubalulekile
Umndeni we-Apogonidae unamalungu awu-22 kanti kunezinhlanzi eziwu-207 ezihlobene nayo. Igama layo elidumile lithathelwe embaleni wayo othi awube bomvu. Zihlala ngambili noma zibe yiqoqwana elincama ukuhlala emgedeni noma ematsheni. Isikhathi esiningi zidla ebusuku. Uma sezilumbisanile amaqanda ziwagcina emlonyeni aze achamisele. Ezinye eziyidlanzama indoda ichamisela amaqanda emlonyeni weyesifazane.
Zidlani
Zidla izilwanyana ezingenamathambo nezinkalankala.
Zizalana Kanjani
Kwenzeka kuwo wonke amazinga okushisa olwandle. Ezinye zitholakala emanzini omfula.
Izinhlobo Zazo
I-Five-lined cardinalfish
I-Cheilodipterus quinquelineatus
I-Indian tiger cardinalfish
I-Cheilodipterus lineatus
I-Short-toothed cardinalfish
I-Apogon apogonides