Barracuda

© Johan Boshoff

Zidume Ngokuthi

I-Barracuda

Ezizalana Nazo

Azikho

Igama Lesayensi

Sphyraenidae

Ngobukhulu

Ifinyelela ebudeni obuwu-1.8

Ibonakala Kanjani

Inomzimba omude, osasibaca kancane emaceleni nezigwedlo ezithi aziqhelelane nomzimba. Amazinyo angezansi made kunawangenzansi. Inekhanda elicijile nomlomo omude. Amazinyo ayo made futhi acijile. Ivame ukuba sampunga sansundu ngaphezulu bese iba nombala osansimbi ngaphansi. Amaningi avamise ukuba nemigqa emibalabala noma amachafachafa ehlukahlukene.

Imininingwane Ejwayelekile

Umndeni wamaSphyraenidae unelungu elilodwa kodwa unezinhlobo ezifana nayo eziwu-18. Ingena ohlotsheni olwaziwa nge-pelagic. Zaziwa ngokuba wosomathuba. Zihlala zibe yiqoqwana. Esezikhulile zihlala ngazodwana. Zizingela ngokusuka ngelikhulu ijubane okungaba wu-45 km ngehora. Sibuye zaziwe ngenzala pelagic.

Zidlani

Zidla ezinye izinhlazi. Kodwa zibuye zidle nezilwane ezizithole sezifile.

Zizalana Kanjani

Zizalana kuwo wonke amazinga okushisa ezilwandle zomhlaba wonke.

Izinhlobo Zazo

I-Barracuda Amakhulukazi - Sphyraena barracuda
I-Barracuda amazinyo angamasaha - Sphyraena putnamiae
I-Barracuda anemisila ephuzi - Sphyraena flavicuada