Bush Pig

© Nigel J Dennis

Igama

Bushpig [Potamochoerus larvatus]

Incazelo

Ama Bushpigs abonakala ebusuku, futhi anobungozi, ngoba asebenzisa amaphondo awo abukhali mengabe ecabanga ukuthi asebungozini. Lapho kungekho khona izitha, futhi ekungazingelwa khona inani lawo libase zingeni eliphezulu. Zidla ukudla okuningi okungafani ukususela kwizimpande, imbewu, ukuyosho kumaqanda nenyama. Lezilwane futhi zidume ngohamba zidla izithelo ezinsimini zabalimi.

Izibalo ezibalulekile

Isisindo (isifazane): 48 - 66 kg
Isisindo (isilisa): 46 - 82 kg
Ubude (isifazane): 115 cm
Ubude (isilisa): 115 cm
Ukukhulelwa: 4 months
Inani lezingane: 3 - 8
Isisindo sokuzalwa: 700 g
I-oda: Artiodactyla
Umndeni: Suidae

Ukuzala

3 - 8 yama amachwane azalwa ngo Novemba ukuyosho ku Januwari emva kokuthi lesilwane sikhulelwe izinyanga ezine.

Ukubukeka komzila

Izinselo zayo zibanzi kuneze Warthog futhi izinzipho zayo zishiya umzila onga ngabazisi. Lezilwane zihamba indlela eyodwa maziyofuna ukudla, ngakho ke umzila wazo ubonakala kahle.

Ukukhomba Izingulube Zasendle

Izingulube zasendle (Potamochoerus larvatus) zitholakala ezingxenyeni ezisenyakatho nasempumalanga yeSouth Africa ezivela eningizimu yeKwaZu...more