Cleaner Shrimp

© Johan Boshoff

Igama Elijwayelekile

I-Cleaner shrimp

Igama Lesayensi

Alpheoidea

Ubukhulu

Busukela ku-1,2cm kuya-30cm

Ibonakala Kanjani

Inomzimba omude othi awukuhlukahlukane. Inezinyawo ezinhlanu. Inesifuba esiqinile nesisu esigoba ngokushesha. Inezimpondo ezimbili. Izinyawo zayo ezimbili zokuqala ziyancinza. Imibala yayo ihlukahlukene, kukhona obomvu, omhlophe, owolintshi nompofu, ophuzi, onsundu kanti kukhona noluhlaza sasibhakabhaka.

Ulwazi Olubalulekile

I-Alpheoidea inomndeni omkhulukazi onezinhlobo eziwu-22 kanti ihlobene nezinye eziwu-129. Umndeni wakhona ubanzi. Ihlukile emidambini ngesimo somzimba. Idume ngokuthi yizinhlambi zezinye izinhlanzi.

Zidlani

Zidla izilwane ezincela igazi lezinye, izikhumba zezilwanyana eziphila ngegazi lezinye, nezinhlanzi ezincane.

Zizalana Kanjani

Zizalana kuwo wonke amazinga okushisa ezilwandle emhlabeni.

Izinhlobo Zazo

I-Cleaner boxer shrimp
I-Stenopus hispidus
I-Durban dancing shrimp
I-Rhynchocinetes durbanensis
I-White banded cleaner shrimp