Candelabra Flower

© Roger de la Harpe
Candelabra Flower.

Igama

Candelabra Flower

Igama lesiLatini

Brunsvigia Natalensis

Incazelo

I-bulbous ikhula ize ibe ngamamamilimitha angama-500 ukuphakama. I-bulb imbozwe i-tunic ububanzi bayo obungamamilimitha angama-200. Amaqabunga amabili ukuya kwayisithupha avulekile ngebanga elingana ngamasentimitha alishumi ubude. Lezi mbali zivela ebusika. Zinesiqu eside esinezimbali ezaqulathe i-inflorence enhle futhi engamamilimitha angama-300 ububanzi. umbala walezi zimbali ubomvu. I-Candelabra Flower iqhakaza ukusukela ngoLwezi kuya kuMasingana.

Lapho ezikhula khona

Itholakala ezindaweni eziluhlaza ezivulekile kodwa lokhu akuvamile. Ikhula esifundazweni saseLimpopo. Lesi yisitshalo esingajwayelekile.

Imbewu

Imbewu ye-green globose ikhula ngaphakathi kwezimbali ezisaphilayo.

Izithelo

Njengoba izithelo zivuthwa i-peduncle iye yome, futhi iya incipha, ngaleyo ndlela ikhulula ukubamba kwayo i-Glasswort Samphire. Imbewu yalesi sitshalo iye iphaphatheke nomoya, ngaphambi kokuthi ihambe ibambelela ezintweni.

Olunye ulwazi

Le nhlobo yesitshalo ijwayele ukudidaniswa ne-Brunsvigia radulosa. Kukhona ama-bonatist acabanga ukuthi zihlobone.