Ubhontshisi Obuluhlaza

© Louise Brodie
Igama lesayensi: Phaseolus vulgaris L
Igama elivamile: Ubhontshisi obuhlaza

Incazelo Yokutshala

Kungaba isihlahla noma isithombo lapho kufanele kuhlwanyelwe khona ngezinti zokuphasa ukugcina ubhontshisi emhlabathini.

Ukusetshenziswa

Kungadliwa kuphekwe noma ubhontshisi omnncane ungasetshenziswa uluhlaza kuma saladi. Zingguqulwa ukuze kube ukudla okulondoloziwe.

Izidingo Zomhlabathi Nokulungiselela

Uma uqala ukulungisa inhlabathi kufanele uthathe isampula yomhlabathi emele ukuhlaziywa yilebhu ehloniphekile. Khuluma nesiphathimandla sakho sendawo ukuze uthole iseluleko ngalokhu.
Ubhontshisi obuluhlaza benza okuhle kakhulu emhlabathini wefenya Kungatshalwa endaweni enobumba obunzima kepha lokhu akulungile. Ubhontshisi obuluhlaza bungakhula emhlabathini kanye ne-pH njengo-5.6 kodwa ukukhiqizwa okuphezulu kutholakala emhlabathini one-pH ka-6.0 kuya ku-6.5. Ubhontshisi obuhlaza awakhuli kahle enhlabathini ye-alikhali nhlobo.

Isimo sezulu

Isimo sezulu esifanele singamazingakushisa aphakathi kwa 18 kuya 26 ngezinga eliphansi lokushisa lehlanu kanye namazinga okushisa aphezulu kwa 35 athinta izinga lezitshalo.
Ubhontshisi obuhlaza isitshalo esifuna isimo sezulu esifudumele futhi abangeke bahambisane nesithwathwa. Izilimo zihlukile kancane kodwa hhayi kakhulu.

Izilimo

Izinhlobo zehlathi, I-Wintergreen, Contender, I-Class Act, iworld cup, Umhlinzeki, Imali, Malelaan, Star 2000, Derby, Star 2052, Espada, Champ.

Izinhlobo zama

IWitsa, i-Lazy Housewife.

Translated by Nsika Khoza