Soft Corals

© Jean Tresfon

Igama Elijwayelekile

ama-Soft corals

Igama lesayensi

Alcyonacea

Usayizi

Ungafinyelela ku-1 m.

Isakhiwo Sawo

Ukwakheka kwawo kuhlukahlukene, kodwa iningi lawo linemizimba enemixhantela emincane. Umbala wawo uhlukahlukene kusuka konsundu, oluhlaza satshani, owolintshi, ophuzi, oluhlaza sasibhakabhaka nobomvu.

Olunye Ulwazi

Lolu ngolunye lwezinhlobo ezine octocorralia olubandakanya ama-gorgonians nezinye izinhlobo zasolwandle. Lolu hlobo lunohlaka lwamathambo ngaphakathi. I-zooxanthellae isetshenziswa njengomthombo wamandla.

Anemixhantela eyisishiyagalombili ekwazi ukubamba ukudla. Anobuthi obukwazi ukuphendla indawo yokwedlula ezindaweni enezixhobo zamatshe. Olunye lwezinhlobo ezizalanayo.

Ukudla

Lolu hlobo ludla amabibi asendle.

Ukusabalala Kwawo

Atholakala kuzo zonke izindawo ezifudumele emhlabeni.

Uhlobo Oluvamile

Lobed soft coral - Sinularia heterospiculata
Leather coral sp - Lobophytum sp
Thistle soft coral - Genus Dendronephthya