Catfish
I-Catfish

© Nigel J Dennis

Igama elijwayelekile

I-Catfish

Ehlobene nazo

Azikho

Igama lesayensi

I-Ariidae

Ubukhulu

Ubude bungafika ku-45cm

Ibonakala

Inomzimba omude, inomzimba ongathi wumbokwane. Inezizenze ezisukela kwezimbili kuya kwezintathu ngasemlonyeni. Inomsila ongathi uyizimfoloko.

Inombala othi awube nsundu noma uthi awube siliva ngokunsundu. Amanye anemigqa

Ulwazi olubalulekile

Umndeni we-Ariidae unezinhlbo eziwu-14 ezehlukahlukene ka-120. Ayinawo amazenga. Izigwedla zisemhlane onobuthi. Isiphongo sakhona sinethambo elithi alibe yipuleti. Kwesinye isikhathi itholakala emifantwini yamatshe. Uma sezilumbene, inkunzi igcina amaqanda emlonyeni aze achamisele. Ingezinye zezinhlanzi ezigcina amaqanda emlonyeni aze achamisele.

Zidlani

Idla izinhlanzi ezincane nezilwanyana ezingenamathambo nezinkalankala. Isebenzisa amadevana ukubheka ukudla esihlabathini.

Zizalana kanjani

Zizala kunoma yimaphi amazinga okushisa okwandle emhlabeni. Ezinye zizalana emifuleni.

Izinhlobo zazo

I-Sea catfish
I-Galeichthys sp
I-Striped eel catfish
I-Plotosus lineatus
I-Striped eel catfish Juvenile
I-Plotosus lineatus