Whales
Imikhome

© Shem Compion

Igama Elijwayelekile

Imikhome (Cetacea)

Izinhlobo zayo

Right whale, Minke whale, Bryde’s whale, oluhlaza sasibhakabhaka, ompunga nePygmy.

Usayizi

Ungaba ngamamitha awu-34

Isakhiwo sawo

Umkhome mkhulu, unomzimba olulelikile. Amaphiko awo nosayizi womzimba kuhlukene ngokuhlukana kwayo. Imibala yawo ihlukahlukene; kukhona ompunga, oluhlaza sasibhakabhaka kuye kweminyama nemihlophe. Umkhome yisona silwane esikhulu kunazo zonke ezihlala olwandle.

Olunye ukwazi

I-Cetacea inezinhlobo ezintathu, kanti olulodwa lwazo alusatholakali, bese kuba ngezinye izinhlobo ezimdibi nayo eziwu-88. Phakathi kwemikhome kukhona onamzenga emlonyeni nonamazinyo. Ucwaningo luveza ukuthi imikhome ayibulawa wukugula. Ivamise ukubonakala ngovondla, ukushaya umsila nokucuthela ezinye izilwane. Imikhome isebenzisa imisila ukutshuza emanzini. Iningi layo linamaphiko. Imikhome enamazenga inamakhala anezimbobo ezimbili kanti leyo enamazinyo, elayo lineyodwa. Imikhome izala ichwane njengezinkomo, ayichamuseli amaqanda.

Ukudla

Imikhome enamazinyo idla ezinye izilwane zasolwandle nofishi. Imikhome enamazenga yona idla ezinye izilwanyana ezitholakala olwandle.

Ukusabalala kwayo

Itholakala kuzona zonke izilwandle emhlabeni

Izinhlobo Ezijwayelekile

I-humpback
I-megaptera novaengliae
I-Southern right whale
I-eubalaena australis
I-killer whale
I-orcinus orca