Yellow Arum

© Roger de la Harpe

Igama

[I-Yellow Arum] I-Arum Lily

Igama lesiLathini

Zantedeschia sp

Injani

I-Arum yisitshalo esihlale sikhona. Izimpande zayo zandile, zinamaqabunga. Amahlamvu aba khona ngo-Okthoba. Akukho okwalesi sithombo okudliwayo nokwelaphayo.

Itholakala kuphi

Izitshalo zeZantedeschia zitholakala ezindaweni ezinotshani obuningi, ezimfundeni nasemahlathini ezindaweni ezihlatshwa yilanga, lapho umthunzi umncane khona kanti zitholakala lapho kuvame imvula khona.

Eminye imininingwane

I- Zantedeschia izalwa yizinhlobo eziyisishiyagalombili, eziyisikhombisa zitholakala eningizimu ye-Afrika kuthi olunye uhlobo, i-Z. albomaculata, lona lutholakale phakathi neningizimu yeAfrican nasenyakatho kuyofinyelela eTanzania. I- Z. elliotiana yona iyatshalwa.

Zonke izinhlobo zitholakala ezindaweni ezinemvula yasehlobo, ngaphandle kwe-Z. odorata yaseNieuwoudtville, yona exhaphakile netholakala ezihubhulwini.