UNelson Mandela noWinnie Mandela noGraca Machel ngesikhathi sakusihlwa ngoKhisimusi ngo-2004.

© Dr Peter Magubane
uNelson Mandela no Winnie Mandela no Graca Machel esidlweni sasemini sika khisimusi ngo 2004.

UGraca Machel, umkakhe ka Mandela wesithathu uhloniphe uWinnie Mandela ngokuthi "owesifazane onesibindi nomthombo wokuphefumula kubo bonke" uMachel wanikeza amazwi okubonga ngokubhalela “udadewabo omkhulu '' futhi wathi wehluleka ukuvuma kwakhe .
'' Ngiyaduduzeka ngoba uvukile waba enye yezinkanyezi eziqhakazile esibhakabhakeni lapho uzohlala ukhona futhi ukhanya ngokukhanya. Uzoqhubeka ukhonza njengesiqondiso emndenini wakho onothando, isizwe sakho esibonga, i-Afrika yethu ethandekayo, futhi ngempela, umhlaba, ''
Laba bobabili bazwana kakhulu, futhi bahlala bekhuluma ngoNelson Mandela ngokuthi "umyeni wethu" Bobabili babekhona lapho embhedeni wakhe wokufa.

“Angizange nakanye ngicabange ukuthi ikusasa engangihamba ngibheke kulo liyoke liqhathaniswe nezolo engalishiya ngemuva.” ~Nelson Mandela

Mandela 100 - The Charm of Mandela

U Nelson Mandela wabuyela ekhaya emva koku phuma e jele ngo 1990. U Nelson wakhulela e 8115 e Vilakazi Street esaya jikwa kwaba indlu yombuk...more

Mandela 100 - The Fight for Freedom

uMandela wayethandwa kakhulu ngabalandeli bakhe futhi wayeyinkomba yenkululeko yabo bonke....more

Mandela 100 - The Mandela Legacy

Ngo 1991, uMandela wamukeliswa ukuba ahlonishwe njengoDokotela inyuvesi yase Witwatersrand eGoli ngokuzinikela kwakhe ezibophezela ezweni no...more

Mandela 100 - Timeless Madiba

Izishoshovu ezahlukane zepolitiki, kubalwa kuzo noNelson Mandela owayengummeli ngaleso sikhathi bama bebekwe icala lokuvukela umbuso ngeminy...more