Tassel Pondweed

Igama

Tassel Pondweed

Igama lesiLatini

Ruppia maritima

Lapho ekhula khona

Ikhula kakhulu ezinhlokweni zama-estuaries, ngaphansi kwamanzi. Abantu abasebenza emimkhumbini abasifuni nhlobo lesi sitshalo.

Incazelo

Iziqu kanye namahlamvu ngathi utshani kahlangahlangene. Iziqu ezihluma izimbali zimfushane. Ziba yimitha elilodwa ubude nemilimitha elilodwa ububanzi.

Olunye ulwazi

Ungakhohliswa yigama layo elithi yi-pondweed ngoba akusona isitshalo sasemanzini. Kodwa siyawathanda amanzi amasha, futhi siyakwazi ukumelana namanzi anosawoti. Lesi sitshalo siyazimpova. Izithelo ze-pondweed sizakazwa yizinhlanzi uma zidla, kodwa ivamile ukuthi kube yiyona ezimpovayo. Ngesinye isikhathi impovwa yimpova esuke ihamba phezu kwamanzi.

Izinhlobo ezihlobene

Ruppia cirrhosa: flower stalk coiled.
Potamogeton pectinatus: flowers clustered on a spike.