Hawk Eagle

© Shem Compion
African hawk eagle.

Igama

Hawk Eagle (Aquila spilogaster)

Ukuhlala

I-Hawk Eagle yase-Afrika itholakala eningizimu yeSahara, naseCapricorn eNingizimu Afrika. Ivamile ukubonakala kwizindawo ezinezinkuni, nezintaba. Ayiwathandi amahlathi. Isidleke se-Hawk Eagle singama intshi angama-91cm ubukhulu, futhi sakhelwa emagatsheni amise okwemfologo.

Ukudla

Idla izinyoni ezingange-Guinea fowl ubukhulu, nama-Francolin. I-Hawk Eagle yase-Afrika iyathanda nokudla izilwane ezincane ezinjengeMongoose, ama-Dassie, nezilwane ezinwabuzelayo.

Ukuzalela amaqanda

Zizalela amaqanda ukusukela ngoNhlaba kuya kuNtulikazi. Bobubili lobulili buyashintshana ngokunakekela amaqanda, loku kuvame ukwenzeka kuze kuphele izinsuku ezingama-44. Ibane chwane elilodwa ngesikhathi, ngenxa ye-carnism.

Ukubukeka

Ayinkulu kakhulu ngokomzimba. Ama-underparts ampisholo, umzimba wangezansi umhlophe, ngaphandle kwezinyawo.