Frogfish

© Johan Boshoff

Igama Ezaziwa Ngalo

Frogfish

Elinye Igama Lazo

Alikho

Igama lesayensi

Antennariidae

Usayizi

Up to 50 cm

Ibonakala Ngani

Le nhlanzi inenhlobo eyaziwa nge-pelagic noma i-benthic. I-pelagic yakhiwe yanomzimba ocinene bese kuthi ama benthic abe nocinene khakhuludlwana, bese ziba nemilomo eme yabheka phezulu. Zinemibala ehlukahlukene kusukela kwemihlophe kuya kwensuntu kakhulu bese kuba nezimunyama.

Imininingwane Ejwayelekile

Ama-Antennariidae anezinhlobo eziwu-12 nezinye eziwu-41. Le nhlanzi iqanjwe ngendlela ezingela ngayo. Iye ihehe izinhlanzi ezizingelayo ngokuthi iveze okusanyamana ekhanda. Amazinyo ayo anyakaziswa wukuthinteka kwezitho zomzimba.
Ikwazi ukwandisa ubukhulu bamazinyo ayo nesisu ukuze ikwazi ukugwinya isilwane esingaphezu kwaso. Lena yinhlazi enganyakazi kakhulu. Inemibala emihle ethathela endaweni ehlezi kuyo. Eyesilisa ihlangana neyesifazane bese ikhiphela imbewu kweyesifazane.

Zidlani

Iyaye ihehe esifuna ukukubamba ngezimila ekhanda. Ukuthinteka kwezimila kuvula amazinyo ngokushesha.

Zizalana

Zizalana ekujuleni kolwandle olwandle lawo wonke amazwe.

Izinhlobo Zazo

Pink anglerfish - Antennarius rosaceus
Clown anglerfish - Antennarius maculates
Giant anglerfish -Antennarius commersonii