Esingaphansi sokuhlelemba Umhlabathi Ngokuwuhlakulela

© Francois Viljoen Wineland
Minimum tillage results in a larger development of soil microbes in the undisturbed sub-layers of the soil than in a vineyard where vineyard rows have been cleaned. Here, cover crops are planted to reduce moisture loss and increase organic matter in the soil.
Ngokuhamba kweminyaka sekube khona ukusuka ekusebenziseni isilinganiso esingaphansi sokuhlelemba ngendlela yokuhlakulela umhlabathi kuqala ezivinini. Ukusebenzisa isilinganiso esingaphansi sokuhlelemba umhlabathi asiwuphazamisi umhlabathi uma kwenziwa kumaplazi amakhulu. Lokhu kungachaza ukuthi yonke indawo embozwe isilimo iyafafazwa bese yenziwe ibe yisicaba ngaphambi kokuba kuhlume.
Ukuhlelemba okunje kungasho futhi ukuthi akumele kuhlakulelwe umhlabathi ngaphansi naphakathi kwisivini, noma kungasho ukuthi kumele kusetshenziswe umshini wokusika kuphela ukulawula ukhula. Ukulawula ukhula ngokusebenzisa amakhemikhali nakho kungasetshenziswa esikhundleni sokususa ukhula ngezandla noma isilimo esembozile.
Ucwaningo seluveze ukuthi ukusebenzisa isilinganiso esingaphansi sokuhlelemba ngendlela yokuhlakulela umhlabathi kunikeza imiphumela emikhulu ekukhuliseni izinhlayiya zomhlabathi kwindawo enomhlabathi ongakaphazamisekile kuma leya awo angaphansi kwamanye esivini nalapho imigqa yokulandela isivini ihlanziwe khona. Kuphinde kwatholakala ukuthi ukusebenzisa amakhemikhali okubulala ukhula kwenza ukusindelana noqweqwe emhkabathini ongaphezulu futhi kungaba nomuphumela ongemuhle ekukhuntiseni umhlabathi.

Translated by Nokubonga Guliwe