Boxfish

© Johan Boshoff

Igama Elijwayelekile

I-Boxfish

Ehlobene Nazo

Azikho

Igama Lesayensi

Ostraciidae

Ubukhulu

Ikhula ifinyelele ku-60 m

Ibonakala Kanjani

Inophephela abanezinhlangothi ezisiyithupha eziqinile njengebhokisi. Ukuma kwawo kwenza ukuthi ingakwazi ukuhamba ngokushesha. Ayinawo amazenge. Ibhukuda ngezigwedlo ezisesifubeni. Inomlomo omncanyana. Inemibala ehlukahlukele, kodwa umbala ongathi yikhekhe lezinyosi yiwona ojwayelekile.

Ulwazi Olubalulekile

I-Ostraciidae inamalunga omndeni awu-14 bese kuthi kube nezinhlobo ezifana nayo eziwu-37. Igama layo lisho ukuthi uqweqwe ngesiGrikhi. Iwumndeni wePufferfish neCowfish. Ikhiqiza ubuthi obuyingozi, obaziwa ngeLactophrys, ngesikhumba. Ibhukuda kancane, kodwa iyakwazi ukusuka ngejubane eliphezulu uma isabela impilo. Abasebancane ayindingiliza kanti anemibala egqamile.

Adlani

Idla izinkalankala, izitshalo zasolwandle neminenke.

Azalana Kanjani

Azalana kuwo wonke amazinga okushisa ezilwandle zomhlaba.

Izinhlobo Zazo

Boxfish - Ostracion cubicus
Whitespotted boxfish - Ostracion meleagris