Billfish

© Johan Boshoff

Igama Edume Ngalo

I-Billfish

Izalana Naziphi

Azikho

Igama Lesayensi

Istiophoridae

Ubukhulu

Igcina kumamitha ayisithupha.

Ibonakala

Inomzimba omude nekhala elicije samkhonto. Mude, nezigwedlo eziqinile ezisemhlane, ezicishe zifike emsileni, kodwa ezivalekayo. Uma izelulile kuthi ayifane nomnenke omude. Inezigwedlo ezinde.

Ulwazi Olubalulekile

I-Istiophoridae inemindeni emithathu nezinye izinhlanzi eziwu-11 ezihlobene nayo. Yaziwa kakhulu ngokuthi yi-“marlin spike” esetshenziswa amatilosi. Zihlukile kunezinhlanzi eziyinkemba ethi ayibe yisibaca, ayinazo izigwedlo, futhi ayinawo amazinyo emihlathini. Izigwedlo zinde futhi zizacile. Izigwedlo zomhlane zigwedla njengomsila. Yinhlanzi ehlabanayo. Iyona eshesha kunazo zonke olwandle. Izingela maphakathi nolwandle.

Zidlani

Zidla izihlanzi ezincane.

Zizalana Kanjani

Ukuzalana kwezo kukuwona wonke amazinga olwandle.

Izinhlobo Zazo

Black marlin - Makaira indica
Blue marlin - Makaira mazara
Indo-Pacific sailfish - Istiophorus platypterus