Batfish

© Jean Tresfon

Igama Edume Ngalo

I-Batfish

Ehlobene Nazo

Azikho

Igama Lesayensi

I-Ephippidae

Ibonakala Ngani

Isimo sale nhlanzi sincike ebudeni bawo. Inomzimba ocindezelekile, owunxantathu bese ulingana yonke indawo. Umzimba uyacwebezela njengensimbi bese uthi awube phuzi, nsundu nokumnyama.

Amehlo asohlangothini olulodwa nalapho ekwazi ukushintsha khona imibala ukuze izifihle. Uhlobo lwayo lubonakala ngokuthi lube lude, lunonzimba ojikelezayo kanti lunezigwedlo kwesingenzansi.

Imininingwane Ejwayelekile

I-Ephippidae ihluke kasikhombisa bese iba nezinhlobo eziwu-20. Yinhlanzi esahalavu. Zitholakala ziyiqoqwana maphakathi kwamanzi asematsheni noma onqenqemeni. Kwesinye isikhathi zididaniswa ne-Angelfish. Zihlezi zilangazelele ukwazi ezikubonayo, ngendlela yokuthi noma yini ewela emanzini ziza kuyo.

Zidlani

Zidla izitshalo zasemanzini nezilwane ezingenamathambo ezifana neminenke.

Zidlani

Zidla izitshalo zasemanzini nezilwane ezingenamathambo ezifana neminenke.

Izinhlobo Zazo

Longfin batfish - Platax teira
Spadefish - Tripterodon orbis
Shaded batfish - Platax pinnatus